UKUSHINTSHA umoya nokwamukela isinqumo somqeqeshi weqembu elisha sokumdlalisa endaweni angakaze ayidlale kube nomthelela ...
UKHULISWE ngabazali abashisekela ukuchuma ngezamabhizinisi futhi benanebhizinisi lokungcwaba, lokho okwenze naye wakhuthala ...
UKUZIZWA usesimweni sokuthi engathi ungalokhu udla ukudla nje kunoma yisiphi isimo obhekene naso, ngisho ungasaphushwa ...
BASAGCWELE amathafa abasolwa ngokulalela unyendle umdidiyeli wamabutho kaZulu esifundeni iKing Cetshwayo, uSenziwanjani Xulu.
IKHABHINETHI yakuleli isixwayise izikole ezibamba amariphoti abafundi ngoba bengayikhokhile imali yesikole ukuthi azipheze ...
Le ntokazi ingene kulo msebenzi esiwuthatha njengobizo ngemuva kokuphuphunyelwa yisisu ngenkathi yenza izifundo zeVisual Arts ...
UBUHOLI be-ANC buzoqhubeka nombhidlango wokwakha kabusha inhlangano KwaZulu-Natal. Okhulumela i-ANC, uNkk Mahlengi ...
Iphoyisa lomgwaqo esifundazweni iMpumalanga elafuna intshontsho lika-R50 kumshayeli wemoto linikezwe isigwebo seminyaka emihlanu yiNkantolo yeMantshi yase-Ermelo ngoLwesibili.Isigwebo ...
ISIKHWAMA esixhasa ngemali yokufunda ezikhungweni zemfundo ephakeme iNational Students' Financial Aid Scheme (NSFAS), ...
UMbalula uthe kubalulekile ukuba i-ANC ivuke izithathe KwaZulu-Natal, wathi uma i-ANC ingase ikwazi ukuvuka izithathe KwaZulu-Natal naseGauteng, ingakwazi ukunqoba ngamalengiso ukhetho.
LUZOQASHWA ngelokhozi uphiko olukhipha amathenda eMnyangweni wezeMfundo KwaZulu-Natal, kuphinde kuqondiswe ubugwegwe abasebenzi abathinteka enkohlakalweni kaR2.5 million, yethenda yamathoyilethi ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results